Back to photostream

I. Umyalo KaNkulunkulu Ku-Adamu

(UGenesise 2:15-17) INKOSI uNkulunkulu yase imthatha umuntu, yambeka ensimini yase-Edene ukuba ayilime futhi ayinakekele. Futhi iNKOSI uNkulunkulu yamyala umuntu, yathi, Kuyo yonke imithi yensimu ungadla ngokuthanda kwakho: Kepha kuwo umuthi wokwazi okuhle nokubi, ungadli: ngoba ngosuku oyodla ngalo kuwo uyakufa nokufa.

Ingabe kukhona enikutholile kula mavesi? Le ngxenye yemibhalo inenza nizizwe kanjani? Kungani “Umyalo kaNkulunkulu ku-Adamu” ucashunwe emibhalweni? Ingabe ngamunye wenu manje ninesithombe sikaNkulunkulu no-Adamu engqondweni yenu? Ningazama ukucabanga: Ukube benikuleso simo, wayeyoba njani uNkulunkulu enhliziyweni yenu? Lesi sithombe sinenza nibe namiphi imizwa? Lesi isithombe esishukumisa inhliziyo.

 

zu.kingdomsalvation.org/gospel/God-s-command-to-adam.html

 

Image Source: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

zu.kingdomsalvation.org/disclaimer.html

1,416 views
8 faves
0 comments
Uploaded on August 26, 2019